Tsatsatsa Prince Mbhele - lubanzi

Tsatsatsa Prince Mbhele - lubanzi Born Kwadukuza
Proffesional Poet
Ngihaya inkondlo

For Booking call or WhatsApp 0782707644

28/03/2022

South Africa Ninjani

23/01/2021

Ungayishayi Ingede ngoju...

18/06/2019

NGIHLALELE ETHEMBENI LOKUTHI ngelinye Ilanga UZOSH*TSHA

Ngoluny usuku kumakhalekhukhwini wakhe ngafica imiyalezo bemncoma ubumnand bakh embhedeni
Ngambuza wavuma ngamxolela
"Ngenxa Yothando"
Nenkolelo yokuthi iphutha liyenzeka
"Ngithi uzosh*tsha"

Aphinde ajole
Bathi abangani usahlaleleni
Ngithi NGIYAMTHANDA Γ—3
akulula nokuqala uThandolusha
Hlala phansi ngik'tshene
Uyithemba lamathembami
Kukho konk lokho uwena ubambo lwami
Sh*tsha phela Sthandwa sami
Akekho oyoThatha isikhala sakho empilweni yami

Kube ngathi ngithi azilime ziyetsheni
Manje akasalali nasendlini
Useyazixujuza kulamule ukuphuma kwelanga
Nami sengiyabikelwa uma kuzoshona Ilanga
Kazi uDali wam uzolala noban namhlanje

Ngoba uThando aluboni
Thina sithanda laba abangenaNdaba nathi
Sihehwa ubuhle
NokumaKahle

Mfazi kaBafo
Lento iqala lapho
AmaDlozi akuflathele
Ngoba uvume ukubizwa ngoMfazi kungakhishwanga ngisho iCent
Bese kuphele umthambo kaCha
Uvume zonke izinto ozitshenwa abafana uma befuna ukukudlala
Uhluleke ukubona umuntu okuthanda ngokweqiniso
Nami ngikubona abathi Bayakthanda

Ngihlalele ethembeni lokuthi ngelinye ilanga uzosh*tsha

Ukwazi ukuhlukanisa uThando nenkanuko
Ukwazi ukuqonda igama elithi Ngiyakuthanda ukugcina ngiShade nawe
Negama elithi Ngiyakuthanda ukulala nawe

10/05/2019

08 August iyaphuma Album yam eneZinkondlo ezingaphezu kuka20

Make sure uyaythola nawe
Only R70 per Copy

lubanzi Vol1

20/02/2019

This Is a Catchy Poem From Prince Mbhele A.k.a Tsatsatsa.
Please WATCH This Video Until the End and Tell me what you think.
I'm willing to hear some good or bad feedbacks from my Audiance.
Enjoooooooy!!!!
Here's a Link for Download http://www.datafilehost.com/d/a215c4d9
Thank You

13/12/2018

Ngiyak'cela ungadlali ngaye
angani wamshela enendoda...
Wathi uma ekutshena wathi awundaba uThanda yena...
Wathi noma esenqaba ngamagama oThando wamxina...
Wamthembisa izulu nomhlaba...
Wakhohlwa ukuthi nathi kulomhlaba sihlala khona...
Uzofica athole omunye futhi khona...
Ozosho lamagama anenza naze nathandana...
Pho manje uma wena esekubhanqa umshayelani...
Uma eseqoma omunye njengoba nakuwe wenza ufica kukhona omunye ukhalelani...
Lento oyenzayo uyenzelani...
Ima usubona manje ukuthi uyisifebe yini...
Ngiyak'cela ungadlali ngaye
kahle kahle uwena owamenza lento...
Uwena owamenza aze aba-Adicted kulento...
Angani usuyabona ngenxa yakho akasakwazi ukujola nomuntu oyedwa...
Yazi loh owamfica kuye eyedwa....
Ngikuhlebele wayethandwa yena yedwa...
Wafikake wena wamkhohlisa...
Bafika nabanye emuva kwakho usumenze umaqondana bamkhohlisa...
Inhliziyo yakhe isijwayele...
Isinothando oluningi uwena owayenza ijwayele...
Ubuzitshena ukuthi ungowakho umanqondana???
Kungani pho umshelile???
Ingoba ubumthanda???
Pho uma ekutshena ukuthi unendoda kungani ungamyekile???
Lokhu obufuna akwenze bekungeke kumenze isifebe???
Buka usulodane ukhala impendulo awunayo...
Ngiyak'cela ungadlali ngaye
uma esefuna ukuhamba kuwena myekele...
Akusizi ukumshaya hamba uyobheka omunye ongeke akujolele...
Nalana ayakhona uzofike abeyilokhu myekele...
Akasenalo iphupho lokushada awumboni yini...
Laba abathi induku iyalungisa banamanga bakufaka ehlathini...
Yazi kuyok'siza lokhu engikushoyo...
Ukushaya umuntu wesifazane icala ecele ilana ozobolela khona...
Buka amantombazane mangakanani...
Ubungeke nje ukhethe enye kulawa...
Uma umuntu engesenalo uthando lwakho ungamvimbi...
Noma ngabe uyababa...
Ekugcineni umhlaba loh...
Kuyafiwa
wenake ngiyakucela
ngiyak'cela ungadlali ngaye
Tsatsatsa Prince Mbhele
UGoliyathi Ngenkondloo
Ngeke Nginidumazeeee

30/11/2018

No Rush (love Poem)
Kusengenzeka noma yini
Kusazobamnandi
Dali wam ubong'linda
Nawe uyazi Mama womtanam Ngiyak'thanda
Asingajahi siyofa sishebeleza
Bangak'didisi njalo
Ngothando lwenkohliso
Imina ngedwa ok'thandayo
"Kholwa" nabangani bangang'fakazela
"Mfazi kaBafo"
Hhay ngoba besuke bekujabulisa
Kepha basuke besho okungakujabulisa
Okungenzek ukuth awaz ukuth uwena wedwa engimthandayoo
Uwena wedwa owesfazane engimdingayo
NO Rush
Ngeke ngik'thembise izulu nomhlaba
Kepha ngingak'thembisa izulu kunomhlaba
Ngoba lomhlaba uyahlaba
Angifisi nawe ukhohliswe abazofuna ukukuhlaba
Njengalaba lomhlaba owabahlaba
Lalela kungenzeka
Uma uzwalamazwi ube nokumamatheka
Izinyembezi zehleee
Will you marry me
No rush lawomagama asendleleni
Imbokodo engithembayo nguwe
Ngalokho ngiphula imiyalo kaBaba ethi ungabomthemba umuntu
Kanti netshe ungabolithemba
Ngoba umunt wesfazabe iMbokodo
Qina noma kukhona izivunguvungu ungahlephuki
Ube idwala elingunaphalade
Mina ngifuna ukuba nawe naphakade
No Rush
Bamba isandla sami
Ungthembise ukuth uzohlezi useduze kwami
Ung'thande noba sebengijikele bonke abaseduze nami
No Rush asincenge kancane kancane
Umlando siwuqophe singajahe ndawo
Uthandolwethu lunconywe y0nkindawo
Uma ngicabanga lasiphuma khona kuhlengezela umzimba
Kodwa ngithi akusenani mina ngizokuthanda kuze kube ungunaphakade
Thumela phela abakhongi
No Rush
Ufuna sishade??
Mina vele uphupho lami
Iphupho lakho
Ngifuna ukukushada
Asingajahi konke lokho kuzokwenzeka
Bukake ngik'thanda kakhulu uma usumamatheka
NO Rush
IM Tsatsatsa Prince Mbhele
UGOLIYATHI NGENKONDLO

RUSH

22/11/2018

My 1st Album isiqediwe
"LUBANZI"
Angitatazel mina
Ngizoy'dedel next year ngo9 August Lubanzi's Birthday😚😚 igugu lezwe
R70 copy plus leyoCopy izok'siza ungene ngayo kwiLive DVD on the 30th of November my Birthday...πŸ™ˆπŸ™ˆπŸ™ˆπŸ™ˆ
Next year ispan ispan ispan
DEAR kuhlupheka
Ngidlulisa amazwi eNduduzo usuyosalakahle
Kwaziwe Fam
In Action

COOL' COOL
IVOX
YOUNG LUH
Feature Artist
IVOX
Afro
PERCY
COOL COOL
LMPEE
LIHLE MTHETHWA (MAQA)

http://www.datafilehost.com/d/a215c4d9 use this Link to Download my new Hit PoemTitle UMSHADO Tsatsatsa Plus wenaNgek uy...
22/10/2018

http://www.datafilehost.com/d/a215c4d9 use this Link to Download my new Hit Poem
Title UMSHADO Tsatsatsa Plus wena
Ngek uysole imnand lenkondlo
I'm Tsatsatsa Prince Mbhele
UGoliyathi Ngenkondlo
Download Tsatsatsa Umshado.mp3
datafilehost.com
Download Tsatsatsa Umshado.mp3
datafilehost.com

Address

EShayamoya Pigogo Street
Stanger

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Tsatsatsa Prince Mbhele - lubanzi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Videos

Share


Other Performance & Event Venues in Stanger

Show All