11/12/2024
Siyolokhu sizama nje kuze kulunge izolo besikwaNdengezi sivala 16 days of Activism sithi Phansi ngokuhlukumezeka kwamaDoda, Abesifazane Nezingane. Lento idinga sisukume sonke sibambisane. Makukhona odinga usizo umxhumanise nosizo aludingayo mawungazi ungasiza ngani noma kanjani uxhumane nathi sinobudlelwano nawo wonke ama department alwisana nalesishlava. Lokufa kudinga umphakathi ubambisane ngokufundisana ukuthi ungavumeli ukuthatha izinqumo usadiniwe, wonke umuntu azame ukufunda ukulawula ukudinwa kwakhe.