Amabhenanyawo Ingoma eyasemkhomazi

Amabhenanyawo Ingoma eyasemkhomazi ingoma eyakithi eMkhomazi Amabhenanyawo lapha sihlanganisa bonke abashayi bengoma baseMkhomazi kanye nabalandeli bomculo waseMkhomazi.
(2)

sihlanganisa labo asebephumelele nalabo abasazama impumelelo. sigqugquzelwa ukuthengwa kwama original CD ukuze umculo wakithi uthuthuke ukhule uqhubeke uye phambili.

12/04/2024
Mabhenanyawo nakubo onke abathandi bomculo ka Maskandi nakumabhinca nation wonke ngicela samukele nanku umsebenzi kaNyon...
29/02/2024

Mabhenanyawo nakubo onke abathandi bomculo ka Maskandi nakumabhinca nation wonke ngicela samukele nanku umsebenzi kaNyoni Emhlophe usuyatholakalo kusukela namhlanje. Ungaphuthelwa zizwele Inkosi yamathuluzi.

Ubumnandi into yakhona kwelaMabhenanyawo futhi vele thina sidume ngezinto ezimnani zokujabulisa abantu. Asihlanganeni kh...
06/12/2023

Ubumnandi into yakhona kwelaMabhenanyawo futhi vele thina sidume ngezinto ezimnani zokujabulisa abantu. Asihlanganeni khona eXopo ngomhlaka 23 December ku BUHLEBEZWE MUSIC FESTIVAL. kudlule 2 days bese kuthi ngezi 26 December siphinde sihlangane eNhlazuka e Thusong Centre

KUKHUL' UYOZE UKUBONE. Phezulu eNhlazuka eMbuthiswen THUSONG CENTER asiphelelekhona. Minyaka yonke lomcimbi uhlale ukhon...
05/12/2023

KUKHUL' UYOZE UKUBONE. Phezulu eNhlazuka eMbuthiswen THUSONG CENTER asiphelelekhona. Minyaka yonke lomcimbi uhlale ukhona njalo ngo December 26. Bafwethu nani bodadewethu Siyihambile imicimbi kamaskandi unyaka wonke ezindaweni ezahlukahlukene futhi lemicimbi kade ihlelwe abantu abahlukahlukene Sekuyisikhathi somkhaya manje asiphumeni ngobuningi bethu siye emcimbini wangakithi ohlelwe abahleli bangakithi futhi kusezandleni zethu ukuthi lomcimbi siwuphakamise uze ube nodumo njengayoyonke lemicimbi ebesiyihamba unyaka wonke. Uma sithenga amathikithi alomcimbi ngobuningi bethu sizobe sikhuphula izinga lawo lomcimbi kanye nezinga lendawo yangakithi futhi sobe sinika nabahleli bawo lomcimbi ingcindezi yokuthi ngonyaka ozayo benze sure ukuthi likhule izinga
Lalomcimbi baphinde basilethele namanye ama Artist esihlale siwabonela kude angakaze afike endaweni yangakithi. Siphinde sibonge nama Artist angakithi ukuthi indlela azithobe ngayo kithina mphakathi wangakubo. noma esedume ngalendlela adumengayo ehlonishwa ezwe lonke ngengoma kodwa asakwazi ukuthi uma kunalomcimbi afike azosidlalela ingoma ezodlala ekhaya bafwethu siyabonga niyilento ephezulu ekhekheni. ASIBONANEKHONA nge 26 December

Sanibona sicela ukunibingelela kuyoyonke indawo lapho kufinyelela khona leli page. Nanku umsebenzi  welinye lamaqhawe an...
28/11/2023

Sanibona sicela ukunibingelela kuyoyonke indawo lapho kufinyelela khona leli page. Nanku umsebenzi welinye lamaqhawe angakithi ahlonishwa kakhulu ngogiya ubaba uMgqibelo Ndwalane. I CD yakhe eyangonyaka odlule 2022 uthi ucela ukunazisa ukuthi izingoma zakhe seziyatholakala ku you tube sicela I support yenu zingane zakwethu singene ku you tube silalele u music wakhe siphinde si like umculo wakhe siphinde si subscribe kuwo lokho kuyolilekelela kakhulu iQhawe ukuthi umsebenzi walo uchume uye Phambili siyabonga. Ugiya owangakithi e South Coast kungaba isezansi nomkhomazi noma enhla nomkhomazi. Asikhuphuleni amaqhawe angakithi nabobonke abathandi omculo kamaskandi ngisho abaphesheya kothukela ake sizinike iskhathi silalele umsebenzi waleliQhawe ku you tube ngeke uze uzisole. Search "Umgqibelo Nesonto "

29/08/2023
Ake sishayele nali iqhawe lethu uThwasa Lekhansela izandla simbongise ngemoto yakhe entsha
04/08/2023

Ake sishayele nali iqhawe lethu uThwasa Lekhansela izandla simbongise ngemoto yakhe entsha

Singenhla ngengoma bayoze bavume
18/11/2022

Singenhla ngengoma bayoze bavume

Yandiza iNyoni.
02/06/2022

Yandiza iNyoni.

13/03/2022

Ingoma eyakithi emkhomazi bayoze bavume

17/02/2022

Okhuluma uwabale nsizwa amagama akho sabaseMkhomazi. Asiyithathi ama chance thina ingoma sayincela koMama

01/01/2022

Sinifisela unyaka onezibusiso unyaka wempumelelo. God bless u all

UThwasa no Bahumbe bakhombise ukukhula ngesenzo sabo. Kule CD bamxoshile uSathane "Hamba ushone wesathane Hamba ukhohlis...
04/12/2021

UThwasa no Bahumbe bakhombise ukukhula ngesenzo sabo. Kule CD bamxoshile uSathane "Hamba ushone wesathane Hamba ukhohlise abanye wesathane" bayisibonelo esihle emculweni kamaskandi sinethemba lokuthi baningi abazofunda kulesisenzo abasenzile

Bayede wena weZulu.
07/05/2021

Bayede wena weZulu.

Abagqobhi.
23/04/2021

Abagqobhi.

11/04/2021

Thayela kunomoya

Address

INhlazuka
Richmond

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amabhenanyawo Ingoma eyasemkhomazi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Amabhenanyawo Ingoma eyasemkhomazi:

Videos

Share


Other Performance & Event Venues in Richmond

Show All